Mafikizolo Fatela Lyrics
Ubulalela mangik’tshela ngiyazifela
Ngisayophanda ngaphesheya
Ngizozibuyela
Ubulalela mangik’tshela ngiyafatela
Ngisayophanda ngaphesheya
Ngizozibuyela
K’phela kwe nyanga
ngiyophuma ngishone kuwe
Ngihamb’ a ma kilometre mina
Ngiyehl’imifula
Nghlangabez’ikhukhula
Noma kwenyuka
Uzong’thola emlanjeni sthandwa sam
Ubulalela mangik’tshela ngiyazifela
Ngisayophanda ngaphesheya
Ngizozibuyela
Ubulalela mangik’tshela ngiyafatela
Ngisayophanda ngaphesheya
Ngizozibuyela
Ngizokulinda sthandwa sam
Uzufik’ekhaya
Ngikunik’uthando we nhliziyo yam
Ngizokulinda
Ngizokulinda
Ngizokulinda
Uzufike
Ngizokulinda sthandwa
Uzufik’ekhaya
Ngikunik’uthando we nhliziyo
Ngizokulinda
Ngikulinde
Ngikulinde
Uzufike
Ngifanelwe
Imiqhele yegolide
Mpumelelo
Nokuhle kodwa
Nokuhle kodwa
Nokuhle kodwa
Nokuhle kodwa
Ubulalela mangik’tshela ngiyazifela
Ngisayophanda ngaphesheya
Ngizozibuyela
Ubulalela mangik’tshela ngiyafatela
Ngisayophanda ngaphesheya
Ngizozibuyela
Zizojik’izinto
Ziyojik’izinto zibe posh
Ayi ukhululeke wena my lavo
Bek’mele bazokuthola
Ngizokulinda sthandwa sam
Uzufik’ekhaya
Ngikunik’uthando we nhliziyo yam
Ngifanelwe
Imiqhele yegolide
Mpumelelo
Nokuhle kodwa
Nokuhle kodwa